Gospel Song “UNkulunkulu Osesimweni Somuntu Usebenza Ngokuthula Ukusindisa Umuntu“ (Zulu Subtitles) UNkulunkulu waba yinyama, wahlala efihlekile phakathi kwabantu ukuze enze umsebenzi omusha, asisindise enkohlakalweni. Ugodla incasiselo. Ngezinhlelo azenzile, wenza umsebenzi Wakhe isinyathelo ngesinyathelo. Amazwi Akhe ayakhula usuku ngosuku, eduduza, ekhumbuza, esola futhi exwayisa. Kusuka kokuthambile nokunomusa kuya kokunolaka nobukhosi, amazwi Akhe afaka uzwelo novalo. Konke akushoyo kwembula izimfihlo zethu ezijulile. Amazwi Akhe akwazi ukusihlaba futhi sizizwa sihlazekile. Kunokunikwa okungenamkhawulo kwamanzi Akhe okuphila. Futhi ngenxa Yakhe, siphila noNkulunkulu ubuso nobuso. UNkulunkulu waba yinyama, wahlala efihlekile phakathi kwabantu ukuze enze umsebenzi omusha, asisindise enkohlakalweni. Ugodla incasiselo. Ngezinhlelo azenzile, wenza umsebenzi Wakhe isinyathelo ngesinyathelo. Amazwi Akhe anamandla okuphila, futhi akhombisa i
Hide player controls
Hide resume playing